USELENG USEYOGIJIMA KWI SUNDOWNS
IQEMBU iMamelodi Sundowns FC selimemezele uMonnapule Saleng njengomdlali walo omusha. USaleng odlala esiswini, ubebolekiswe i-Orlando Pirates eqenjini i-Orbit College.
LINDOKUHLE NGCOBO kuhlukane inhloko nesixhanti phakathi kweRichards Bay FC egijima kwiBetway Premiership, nomqeqeshi uRonnie Gabriel, kulandela isiqalo esinzima saleli qembu kule sizini. Ukuphuma kukaGabriel kwiNatal Rich Boys, kudalwe i...
Uzibona engumgibeli wamahhashi oqavile owesilisa waKwaMashu, enyakatho neTheku ongumfundi waseSouth African Jockey Academy. UFezile Ngobese, oneminyaka engu-20 ubudala, kulindeleke ukuba abhekise amabombo akhe ezweni lase-England ngenyan...
LINDOKUHLE NGCOBO Umqeqeshi we-Orlando Pirates FC, u-Abdeslam Ouaddou, ukhonjwe njengomqeqeshi ovelele wenyanga ka-August kwiBetway Premiership. Lokhu kulandela irekhodi elihle lapho eholele khona eZimnyama emidlalweni emine yeligi yokuq...
LINDOKUHLE NGCOBO Isuse umsindo kubalandeli bebhola likabhutshuzwayo, inkulumo yomqeqeshi weMamelodi Sundowns FC uMiguel Cardoso, ayiveze ngesikhathi ekhuluma nabezindaba ngemuva kokunqoba ngo 2-0 iMilford FC emdlalweni weBetway Premiers...