News Avenue
Sports / Ezemidlalo

UPHELE NGE DRAW OWE CHIEFS NE DOWNS

UPHELE NGE DRAW OWE CHIEFS NE DOWNS
SIZO BLOSE 

Umdlalo obewubhekwe ngabomvu, phakathi kwe Kaizer Chiefs neMamelodi Sundowns, ugcine uphela kuwu 0-0.

 Lomdlalo kade ubanjelwe eFNB Stadium, izolo ebusuku. Kuke kwathi ukuthatha isikhathi ukuthi uqale ngenxa yokuthi abantu bebesangena enkundleni. Okwenze waqala ngemuva kwemizuzu engu 15.

Bekugcwele kuthe phama, kunabathandi bebhola abangaphezulu kuka 74 000 abebezozibonela lendumezulu yomdlalo.

IChiefs yenze konke, njengoba ikade iwuphethe lomdlalo kusukela esiwombeni sokuqala kodwa kwala wona amagoli. Kanti neSundowns beyingazibekile phansi. Lo mdlalo bewungawinwa nanoma iliphi iqembu.
IChiefs iqhubekile nokungadliwa, njengoba selokhu kuqale iseason  ingakaze ishawe, okuwudaba olufanayo nolweSundowns.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Sports / Ezemidlalo

Sports / Ezemidlalo

KUBHEDILE KUMQEQESHI WE RICH BOYS

LINDOKUHLE NGCOBO kuhlukane inhloko nesixhanti phakathi kweRichards Bay FC egijima kwiBetway Premiership, nomqeqeshi uRonnie Gabriel, kulandela isiqalo esinzima saleli qembu kule sizini. Ukuphuma kukaGabriel kwiNatal Rich Boys, kudalwe i...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

UQOKWE NJENGOMQEQESHI WE NYANGA OWE PIRATES

LINDOKUHLE NGCOBO Umqeqeshi we-Orlando Pirates FC, u-Abdeslam Ouaddou, ukhonjwe njengomqeqeshi ovelele wenyanga ka-August kwiBetway Premiership. Lokhu kulandela irekhodi elihle lapho eholele khona eZimnyama emidlalweni emine yeligi yokuq...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

KUGXEKWE INKULUMO YOMQEQESHI WE SUNDOWNS

LINDOKUHLE NGCOBO Isuse umsindo kubalandeli bebhola likabhutshuzwayo, inkulumo yomqeqeshi weMamelodi Sundowns FC uMiguel Cardoso, ayiveze ngesikhathi ekhuluma nabezindaba ngemuva kokunqoba ngo 2-0 iMilford FC emdlalweni weBetway Premiers...

Sizwe Blose Sizwe Blose