News Avenue
Sports / Ezemidlalo

UMCULI WASE SENEGAL UHLULEKE UKUZIBAMBA ISHAYA IMALI

UMCULI WASE SENEGAL UHLULEKE UKUZIBAMBA ISHAYA IMALI
Uhluleke ukuzibamba umculi weR&B, wase Senegal kodwa osezinze phesheya u-Akon ebona izwe lakhe linqoba lishaya iMali ngo 1-0. emcintiswaneni we Afcon ebanjelwe eMorroco.

Uthe ungaphela umdlalo u-Akon wangena enkundleni ezoxhawula futhi ezokwanga bonke abadlali.

Injabulo beyibhalwe ebusweni kulesi sihlabani somculi ngemuva komdlalo.

Kanti kuke kwaba khona noSamuel Eto kudlala iCameroon neBafana Bafana.

Ngeke sikhohlwe nokuba khona kuka Doctor Khumalo waseNingizimu Afrika naye owagcina eduduza abadlali ngemuva kokushawa yiCameroon. 
Labosaziwayo bakukhombisile ukuthanda amazwe abo.

ISenegal njengamanje iyayinuka lendebe.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Sports / Ezemidlalo

Sports / Ezemidlalo

KUBHEDILE KUMQEQESHI WE RICH BOYS

LINDOKUHLE NGCOBO kuhlukane inhloko nesixhanti phakathi kweRichards Bay FC egijima kwiBetway Premiership, nomqeqeshi uRonnie Gabriel, kulandela isiqalo esinzima saleli qembu kule sizini. Ukuphuma kukaGabriel kwiNatal Rich Boys, kudalwe i...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

UQOKWE NJENGOMQEQESHI WE NYANGA OWE PIRATES

LINDOKUHLE NGCOBO Umqeqeshi we-Orlando Pirates FC, u-Abdeslam Ouaddou, ukhonjwe njengomqeqeshi ovelele wenyanga ka-August kwiBetway Premiership. Lokhu kulandela irekhodi elihle lapho eholele khona eZimnyama emidlalweni emine yeligi yokuq...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

KUGXEKWE INKULUMO YOMQEQESHI WE SUNDOWNS

LINDOKUHLE NGCOBO Isuse umsindo kubalandeli bebhola likabhutshuzwayo, inkulumo yomqeqeshi weMamelodi Sundowns FC uMiguel Cardoso, ayiveze ngesikhathi ekhuluma nabezindaba ngemuva kokunqoba ngo 2-0 iMilford FC emdlalweni weBetway Premiers...

Sizwe Blose Sizwe Blose