News Avenue
Entertainment / Ezokungcebeleka

UCIA UKHISHWE ISIMO SEMPILO KWI BIG BROTHER

UCIA UKHISHWE ISIMO SEMPILO KWI BIG BROTHER
Sizwe Blose 

Yize uBig Brother ebekubeke kwacaca kubabukeli ukuthi ngeke kuphume muntu kuleli sonto. Kodwa zihlukumeze abaningi izindaba zokudedelwa kuka Cia ngenxa yokungaphatheki kahle empilweni.

Ababukeli beBig Brother bebesalindele lukhulu kuCia kodwa ngebhadi akahlalanga kulo mdlalo. Namhlanje akuzophuma muntu, kodwa bona ngaphakathi bazi ukuthi kukhona abazophuma noma ozophuma.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Entertainment / Ezokungcebeleka

IKHUZA IBUYA IBEACH FEST YODUMO

SIZWE BLOSE Uma sekuqala kukhulunywa ngeBeach Fest, kusuke sekucaca ukuthi sebuyaqala ubumnandi beTheku. Lo iwona mcimbi ofaka wonke umuntu egiyeni lamaholidi kaDecember. I-13th Annual Gagasi FM Beach Fest, aseqalile ukutholakala amathik...

Sizwe Blose Sizwe Blose

KUHLELWA INDUMEZULU YOMCULO WOKHOLO

LINDOKUHLE NGCOBO Ezimnandi kubathandi bomculo wokholo njengoba kuzoba nomcimbi i-Gospel in the Park PMB 2026, ohlelwa inkampani iGraceGate Media & Arts ePiermaritzburg Botanical Gardens, eMgungundlovu ngoMgqibelo mhlaka 26 September 202...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo