News Avenue
Entertainment / Ezokungcebeleka

UBIG BROTHER UXOSHE UTHE DON NO KING WANDA

UBIG BROTHER UXOSHE UTHE DON NO KING WANDA
IBig Brother Mzansi seyiya ngasemaphethelweni. Namhlanje uBig Brother uchithe uKing Wanda.

 Sewuyakwazi nokubabala labo abasele. Uphuma nje uKing Wanda ubevele esho ukuthi akazizwa kahle. 

Ngesikhathi ebizwa uBig Brother kwiDiary Room namhlanje, ushilo ukuthi angase agoduke. 

Abalandeli balolu hlelo abaphoxanga njengoba bevele bakufezekisa lokhu obekusemqondweni wakhe. 

UKing Wanda ubekukhonzile ukuphakamisa ukuthi ubani ongase aphume. Akagcinanga ngo King Wanda uBig Brother, uphinde waxosha uThe Don endlini, obejola noNeliswa, yena owaxoshelwa ukungaziphathi kahle.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Entertainment / Ezokungcebeleka

IKHUZA IBUYA IBEACH FEST YODUMO

SIZWE BLOSE Uma sekuqala kukhulunywa ngeBeach Fest, kusuke sekucaca ukuthi sebuyaqala ubumnandi beTheku. Lo iwona mcimbi ofaka wonke umuntu egiyeni lamaholidi kaDecember. I-13th Annual Gagasi FM Beach Fest, aseqalile ukutholakala amathik...

Sizwe Blose Sizwe Blose

KUHLELWA INDUMEZULU YOMCULO WOKHOLO

LINDOKUHLE NGCOBO Ezimnandi kubathandi bomculo wokholo njengoba kuzoba nomcimbi i-Gospel in the Park PMB 2026, ohlelwa inkampani iGraceGate Media & Arts ePiermaritzburg Botanical Gardens, eMgungundlovu ngoMgqibelo mhlaka 26 September 202...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo