News Avenue
Entertainment / Ezokungcebeleka

OWAWINA AMA IDOLS UXWAYISA NGEZINKONTILEKA KUBACULI

OWAWINA AMA IDOLS UXWAYISA NGEZINKONTILEKA KUBACULI
UNOMA Khumalo owanqoba ama-Idols ngonyaka ka-2016 uxwayisa amaciko ngezinkontileka awazisayinayo.

Engxoxweni ekhethekile neNews Avenue, uNoma uthi kubalulekile ukuthi abantu bafunde ngama ngezinkontileka ngaphambi kokusayina.

Njengamanje uNoma unguSekela nobhala wakaCCIFSA  KwaZulu-Natal(KZN).
Lindokuhle Ngcobo

Written by

Lindokuhle Ngcobo

Editor

More in Entertainment / Ezokungcebeleka

IKHUZA IBUYA IBEACH FEST YODUMO

SIZWE BLOSE Uma sekuqala kukhulunywa ngeBeach Fest, kusuke sekucaca ukuthi sebuyaqala ubumnandi beTheku. Lo iwona mcimbi ofaka wonke umuntu egiyeni lamaholidi kaDecember. I-13th Annual Gagasi FM Beach Fest, aseqalile ukutholakala amathik...

Sizwe Blose Sizwe Blose

KUHLELWA INDUMEZULU YOMCULO WOKHOLO

LINDOKUHLE NGCOBO Ezimnandi kubathandi bomculo wokholo njengoba kuzoba nomcimbi i-Gospel in the Park PMB 2026, ohlelwa inkampani iGraceGate Media & Arts ePiermaritzburg Botanical Gardens, eMgungundlovu ngoMgqibelo mhlaka 26 September 202...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo