News Avenue
Entertainment / Ezokungcebeleka

LIPHINDE LAGAWULA IZEMBE KWI BIG BROTHER

LIPHINDE LAGAWULA IZEMBE KWI BIG BROTHER
Sizwe Blose 

UBig Brother uyaqhubeka nokuba diliza endlini yakhe. Namhlanje abangasalanga ngaphandle ezembeni likaBig Brother,  kube uMshefane obesethole uthando ezandleni ezifudumele zikaDidi.

Abantu abalandela lomncintiswano baphinde bathi abasamfuni uKokii, uBig Brother wahambisana nabo abantu wamxosha. UDube ubonakale ehlukumezekile ngesinqumo sikaBig Brother kwazise bebejola ngaphakathi.

Uhluleke nawukuzibamba, wakhala uKokii ngemuva kokubuka uhambo lwakhe. 

UBig Brother uphinde waqhubeka wachitha uBuhle B, naye obesejola noTumi the Barber.
Hhayi bekushubile namhlanje. Iyadlibh8zeka imijolo.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Entertainment / Ezokungcebeleka

IKHUZA IBUYA IBEACH FEST YODUMO

SIZWE BLOSE Uma sekuqala kukhulunywa ngeBeach Fest, kusuke sekucaca ukuthi sebuyaqala ubumnandi beTheku. Lo iwona mcimbi ofaka wonke umuntu egiyeni lamaholidi kaDecember. I-13th Annual Gagasi FM Beach Fest, aseqalile ukutholakala amathik...

Sizwe Blose Sizwe Blose

KUHLELWA INDUMEZULU YOMCULO WOKHOLO

LINDOKUHLE NGCOBO Ezimnandi kubathandi bomculo wokholo njengoba kuzoba nomcimbi i-Gospel in the Park PMB 2026, ohlelwa inkampani iGraceGate Media & Arts ePiermaritzburg Botanical Gardens, eMgungundlovu ngoMgqibelo mhlaka 26 September 202...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo