News Avenue
Sports / Ezemidlalo

IPIRATES IDLALE IBHOLA ELISEQOPHELWENI ELIPHEZULU KODWA KWALA KHONA

IPIRATES IDLALE IBHOLA ELISEQOPHELWENI ELIPHEZULU KODWA KWALA KHONA
SIZO BLOSE 

I-Orlando Pirates idlale ibhola eliseqophelweni eliphezulu kakhulu itholene ne St Eloi Lupopo yase Congo.

 Kuzokhumbuleka ukuthi iLupopo yawina ngo 3-0 ngesikhathi iPirates ivakashele eCongo.

 Lokhu kuchaza ukuthi iPirates bekumele ishaye amagoli angu 4 ukuze inqobe lomdlalo. IBhakabhaka lenze konke, lashaya amagoli amathathu, kwagcina kungu 3-3 uma sibuyisa amagoli amathathu iLupopo eyanqoba ngawo iPirates (Aggregate score). Kuphoqeleke ukuthi kuyiwe kuma penalty. Ligcine lugobile uphondo kwezimnyama ngemuva kokuthi kushaywe amapenalty, umdlalo waphela ngo5-4.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Sports / Ezemidlalo

Sports / Ezemidlalo

KUBHEDILE KUMQEQESHI WE RICH BOYS

LINDOKUHLE NGCOBO kuhlukane inhloko nesixhanti phakathi kweRichards Bay FC egijima kwiBetway Premiership, nomqeqeshi uRonnie Gabriel, kulandela isiqalo esinzima saleli qembu kule sizini. Ukuphuma kukaGabriel kwiNatal Rich Boys, kudalwe i...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

UQOKWE NJENGOMQEQESHI WE NYANGA OWE PIRATES

LINDOKUHLE NGCOBO Umqeqeshi we-Orlando Pirates FC, u-Abdeslam Ouaddou, ukhonjwe njengomqeqeshi ovelele wenyanga ka-August kwiBetway Premiership. Lokhu kulandela irekhodi elihle lapho eholele khona eZimnyama emidlalweni emine yeligi yokuq...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

KUGXEKWE INKULUMO YOMQEQESHI WE SUNDOWNS

LINDOKUHLE NGCOBO Isuse umsindo kubalandeli bebhola likabhutshuzwayo, inkulumo yomqeqeshi weMamelodi Sundowns FC uMiguel Cardoso, ayiveze ngesikhathi ekhuluma nabezindaba ngemuva kokunqoba ngo 2-0 iMilford FC emdlalweni weBetway Premiers...

Sizwe Blose Sizwe Blose