News Avenue
Sports / Ezemidlalo

INGEBHE KUBALANDELI ICHIEFS IBHAXABULWA NGO 3-1

INGEBHE KUBALANDELI ICHIEFS IBHAXABULWA NGO 3-1


Sekube nokutatazela kubalandeli beChiefs njengoba ishaywe yiSekhukhune FC namhlanje.
Abanye babalandeli bebhola bavele bathi nayoke iChiefs abayaziyo. Kunalabo abathi, engabe leli qembu selibuyela esimeni salo esejwayelekile sokudliwa.

IChiefs idliwa nje, beyingakaze idliwe selokhu kuqale iseason entsha.
Bakhona futhi abalandeli bebhola abangalilahlile ithemba kwiChiefs, abathi phela lo umdlalo ngesinye isikhathi niyawina kanti ngesinye isikhathi niyahlulwa futhi.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Sports / Ezemidlalo

Sports / Ezemidlalo

KUBHEDILE KUMQEQESHI WE RICH BOYS

LINDOKUHLE NGCOBO kuhlukane inhloko nesixhanti phakathi kweRichards Bay FC egijima kwiBetway Premiership, nomqeqeshi uRonnie Gabriel, kulandela isiqalo esinzima saleli qembu kule sizini. Ukuphuma kukaGabriel kwiNatal Rich Boys, kudalwe i...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

UQOKWE NJENGOMQEQESHI WE NYANGA OWE PIRATES

LINDOKUHLE NGCOBO Umqeqeshi we-Orlando Pirates FC, u-Abdeslam Ouaddou, ukhonjwe njengomqeqeshi ovelele wenyanga ka-August kwiBetway Premiership. Lokhu kulandela irekhodi elihle lapho eholele khona eZimnyama emidlalweni emine yeligi yokuq...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

KUGXEKWE INKULUMO YOMQEQESHI WE SUNDOWNS

LINDOKUHLE NGCOBO Isuse umsindo kubalandeli bebhola likabhutshuzwayo, inkulumo yomqeqeshi weMamelodi Sundowns FC uMiguel Cardoso, ayiveze ngesikhathi ekhuluma nabezindaba ngemuva kokunqoba ngo 2-0 iMilford FC emdlalweni weBetway Premiers...

Sizwe Blose Sizwe Blose