News Avenue
Entertainment / Ezokungcebeleka

INDUMEZULU YOMCIMBI WOKUKHANGISA NGENGQEPHU ETHEKWINI

INDUMEZULU YOMCIMBI WOKUKHANGISA NGENGQEPHU ETHEKWINI
LINDOKUHLE NGCOBO 

UNGAPHUTHELWA indumezulu yomcimbi wokukhangisa ngengqephu, iDurban Fashion Fair,  ezoba seDurban Exhibition Centre, eThekwini kusukela ngomhlaka 17 kuya ku-19 September 2025.

Lo mcimbi kulindeleke ukuthi ubusezingeni eliphezulu kakhulu kulokhu, njengoba ujwayele ukukhula unyaka nonyaka.

Amathikithi alo mcimbi abiza inani lika-R120 eBoxer nasePicknPay kanti ayatholakala naku-webtickets.co.za. 

Ngosuku lomcimbi hloma ngemali yokuthenga ingqephu ezobe ikhangiswa.
Lindokuhle Ngcobo

Written by

Lindokuhle Ngcobo

Editor

More in Entertainment / Ezokungcebeleka

IKHUZA IBUYA IBEACH FEST YODUMO

SIZWE BLOSE Uma sekuqala kukhulunywa ngeBeach Fest, kusuke sekucaca ukuthi sebuyaqala ubumnandi beTheku. Lo iwona mcimbi ofaka wonke umuntu egiyeni lamaholidi kaDecember. I-13th Annual Gagasi FM Beach Fest, aseqalile ukutholakala amathik...

Sizwe Blose Sizwe Blose

KUHLELWA INDUMEZULU YOMCULO WOKHOLO

LINDOKUHLE NGCOBO Ezimnandi kubathandi bomculo wokholo njengoba kuzoba nomcimbi i-Gospel in the Park PMB 2026, ohlelwa inkampani iGraceGate Media & Arts ePiermaritzburg Botanical Gardens, eMgungundlovu ngoMgqibelo mhlaka 26 September 202...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo