News Avenue
Entertainment / Ezokungcebeleka

BEKUBHUJWA KUHLUKANA UNYAKA EWEMBEZI STADIUM

BEKUBHUJWA KUHLUKANA UNYAKA EWEMBEZI STADIUM
BADELE imvula bahambela iKZN Year End Music Experience, eWembezi  Stadium eMtshezi abantu abaqhamuka ezindaweni ezehlukene.

 Lo mcimbi bewuqukethe abaculi abasezingeni eliphezulu, okubalwa kubo uKhuzani, Mthandeni SK, Naledi Aphiwe, Jumbo, Ayanda Ntanzi, Babes Wodumo, Mjolisi, Mzukulu, DJ Bongz, Menzi, Sminofu, Dladla Mshunqisi, Melusi Mbokazi, DJ Tira, DJ Happygal, Q Twins, Nkeshemba, Umafikizolo, Falabo nabanye abaningi.

Uphinde wahanjelwa uNgqongqoshe wezeMidlalo ezobuCiko namaSiko KwaZulu-Natal(KZN) uMnuz Mntomuhle Khawula.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Entertainment / Ezokungcebeleka

IKHUZA IBUYA IBEACH FEST YODUMO

SIZWE BLOSE Uma sekuqala kukhulunywa ngeBeach Fest, kusuke sekucaca ukuthi sebuyaqala ubumnandi beTheku. Lo iwona mcimbi ofaka wonke umuntu egiyeni lamaholidi kaDecember. I-13th Annual Gagasi FM Beach Fest, aseqalile ukutholakala amathik...

Sizwe Blose Sizwe Blose

KUHLELWA INDUMEZULU YOMCULO WOKHOLO

LINDOKUHLE NGCOBO Ezimnandi kubathandi bomculo wokholo njengoba kuzoba nomcimbi i-Gospel in the Park PMB 2026, ohlelwa inkampani iGraceGate Media & Arts ePiermaritzburg Botanical Gardens, eMgungundlovu ngoMgqibelo mhlaka 26 September 202...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo