News Avenue
Sports / Ezemidlalo

ANGASE AZIGENQELEZELE YEDWA UMOFOKENG KUMA PSL AWARDS

ANGASE AZIGENQELEZELE YEDWA UMOFOKENG KUMA PSL AWARDS
SIZO BLOSE

Abathandi bebhola abaneme neze ngokwenziwa ngabagqugquzeli bama PSL Awards

Lendumezulu yomcimbi kuvela ukuthi izobanjwa ngobuchwepheshe besimanje.

Kuzokuba sengathi kusenobhubhane lwesifo esingumashayabhuqe, iCovid-19, esasingabavumeli abantu ukuthi bahlangane futhi kugqokwa izifonyo.

Kubukeka sengathi uRelebohile Mofokeng, we-Orlando Pirates uyena ozozitamuzela izindondo ngalolu suku.
Baningi abathipha yena ngenxa yokuthi wenze kahle kakhulu kwisizini edlule. Kwi Footballer of the Season uqhathwe noLucas Ribeiro  Costa no Keletso Makgwala
 Ikhona neminye imikhakha ezoba nzima, njenge Goal of the Season. Goalkeeper of the Season neYoung Player of the Season.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in Sports / Ezemidlalo

Sports / Ezemidlalo

KUBHEDILE KUMQEQESHI WE RICH BOYS

LINDOKUHLE NGCOBO kuhlukane inhloko nesixhanti phakathi kweRichards Bay FC egijima kwiBetway Premiership, nomqeqeshi uRonnie Gabriel, kulandela isiqalo esinzima saleli qembu kule sizini. Ukuphuma kukaGabriel kwiNatal Rich Boys, kudalwe i...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

UQOKWE NJENGOMQEQESHI WE NYANGA OWE PIRATES

LINDOKUHLE NGCOBO Umqeqeshi we-Orlando Pirates FC, u-Abdeslam Ouaddou, ukhonjwe njengomqeqeshi ovelele wenyanga ka-August kwiBetway Premiership. Lokhu kulandela irekhodi elihle lapho eholele khona eZimnyama emidlalweni emine yeligi yokuq...

Lindokuhle Ngcobo Lindokuhle Ngcobo
Sports / Ezemidlalo

KUGXEKWE INKULUMO YOMQEQESHI WE SUNDOWNS

LINDOKUHLE NGCOBO Isuse umsindo kubalandeli bebhola likabhutshuzwayo, inkulumo yomqeqeshi weMamelodi Sundowns FC uMiguel Cardoso, ayiveze ngesikhathi ekhuluma nabezindaba ngemuva kokunqoba ngo 2-0 iMilford FC emdlalweni weBetway Premiers...

Sizwe Blose Sizwe Blose