News Avenue
News / Izindaba

USENZO MCHUNU UZOKE ATHI UKUMA EMSEBENZINI

USENZO MCHUNU UZOKE ATHI UKUMA EMSEBENZINI


UMengameli Cyril Ramaphosa uthathe isinqumo sokuthi ahlabe ikhefu uNgqongqoshe wamaphoyisa, uSenzo Mchunu, uSolwazi Firoz Cachalia uyena ozobamba izintambo njengo Ngqongqoshe wamaphoyisa kusukela ngo Agasti. 

 Lokhu ukumemezele ngesikhathi ethula inkulumo ayibhekise esizweni. Uphinde waveza ukuthi uzosungula ikhomishana ezophenya ngezinsolo ezadalulwa ngu Lt-General Nhlanhla Mkhwanazi ngesonto eledlule.

Kuzokhumbuleka ukuthi uMkhwanazi wamemezela izinto eziningi ezishaqisayo ezenzeka embuthweni wamaphoyisa.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose