News Avenue
News / Izindaba

URAMAPHOSA UCELA I-ANC IFUNDE KOMASIPALA BE-DA

URAMAPHOSA UCELA I-ANC IFUNDE KOMASIPALA BE-DA
Umengameli we- ANC uCyril Ramaphosa, ukhale kakhulu ngokungenzi kahle koMasipala abaphethwe yi-ANC. 
Ekhuluma nomasipala abaphethwe yile nhlangano lapho ebebehlangene khona eGauteng uthe, kushayisa ngamahloni okwenzeka komasipala be-ANC.

 "Empeleni i-ANC iyona ephethe omasipala abaningi uma uyiqhathanisa neDA, kodwa uMncwaningi Mabhuku Jikelele, ngaso sonke isikhathi uthola ukuthi omasipala abaphethwe yi-ANC yibona kanye abangenzi kahle," kusho uRamaphosa ekhombisa ukunengeka ilesi simo.

Uthe mhlawumbe sekuyisikhathi sokuthi i-ANC ibuze kwiDA ukuthi yenza ngani ukuthi ithole umbiko wezimali ohlanzekile kunowe ANC. 

Engeza ngokuthi sikhona isifundo esingafundwa yi-ANC kwiDA.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose