UNDIZA NGE PRIVATE JET UMOTSEPE UKUPHUTHUMA IMIDLALO
Impendulo yalokho ukuthi uhulumeni wase Morocco nokuyilona izwe elisingethe lemidlalo, livele lamnika iPrivate Jet uMotsepe, ukuze afinyelele ezindaweni eziningi okudlala khona lemidlalo.
Yize Iningizimu Afrika seyiphumile kodwa lemidlalo isaqhubeka njengoba seyisesigabeni sama quarter finals, ikhona edlalayo nanamhlanje.