News Avenue
News / Izindaba

UMOTSEPE UVEZE UKUTHI I-AFRIKA IZA KUQALA KUYENA

UMOTSEPE UVEZE UKUTHI I-AFRIKA IZA KUQALA KUYENA
Umengameli weConfederation of African Football (CAF) uDr Patrice Motsepe, utshele izintatheli ebezihambele isithangami sabezindaba eMorroco namhlanje, ukuthi okubalulekile kuyena yi- Africa. 

UMotsepe uthe okubalulekile ukugcwalisa izinkundla uma kune Afcon. 

 "Into engenza ukuthi izinkundla zigcwale ukuthi, uma imidlalo izobanjelwa eNigeria, kuqale kudlalwe ngokusondelana kwamazwe. Isibonele iNingizimu Afrika, Zimbabwe, Mozambique, Angola njalo njalo lamazwe adlale wodwa kuma region awo, kube sekuya lawo awine lapho eNigeria," kusho uMotsepe othe lokhu kuzoheha abatshali bezimali abaningi ngoba izinkundla zizokube zigcwele.
 Uphinde waveza ukuthi kumele lithuthuke izinga lebhola e-Afrika. 

Uthe i-Afrika ayinakho ukuzethemba. " Kumele sikwazi ukuthi cha Fifa asihambisani nawe kulokho, njengoba nayo ikwenza iFifa," kusho uMotsepe egcizelela ekutheni kumele i-Afrika izethembe.

Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose