News Avenue
News / Izindaba

UMNYANGO NOHLELO LOKUQEDA OMAZISI ABALUHLAZA KULELI

UMNYANGO NOHLELO LOKUQEDA OMAZISI ABALUHLAZA KULELI

LINDOKUHLE NGCOBO 

UNGQONGQOSHE woMnyango wezaseKhaya kuleli uMnuz Leon Schreiber uthi sekuyisikhathi sokuthi abantu baseNingizimu Afrika bayeke ukusebenzisa omasizi abaluhlaza bashintshele komusha oyikhadi.

Ekhuluma kwiDA Podcast uSchreiber ukhale ngokuthi kulula ukwenza ubugebengu ngalabo mazisi. Njengoba isithombe sakhona sikhipheka kulalula

"UMnyango wezaseKhaya uzogcina ekupheleni kwalo nyaka ukukhipha umazisa abaluhlaza. Kunezinhlelo zokuthi ngo-2029 wonke umuntu ebenomazisi oyikhadi. Kusukela ngonyaka ka-2013, uMnyango usukhiphe omazisi abangamakhadi abangaphezulu kuka-30 million. Kunabantu abangaphezulu kuka-18 million abasasebenzisa omazisi abadala," kuchaza uSchreiber.

Ephethe uthe amabhange azobamba iqhaza ekutheni abantu beshintshele komasizi abangamakhadi.
Lindokuhle Ngcobo

Written by

Lindokuhle Ngcobo

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose