News Avenue
News / Izindaba

UMENGAMELI WASE UGANDA UQASHA AMALUNGU OMNDENI

UMENGAMELI WASE UGANDA UQASHA AMALUNGU OMNDENI
Sizwe Blose 

Kucacele noma ubani ukuthi uMengameli wase Uganda, uYoweri uMuseveni uyofela esihlalweni sobumengameli.

Uphinde wakhethwa futhi, ihlandla lesikhombisa ukuthi aphathe i-Uganda. Usephathe leli lizwe iminyaka engu-40. Kukhona abangakaze bambone omunye umengameli ngaphandle kwakhe
 Kuhlezi kukhalwa ngemiphumela yokhetho kodwa, uMuseveni, okusalayo ugcina ephethe.

Abantu abanigi bebenethemba lokuthi uBobi Wine weqembu eliphikisayo uzothatha kodwa lokho akwenzekanga. UMuseveni uphumelelele ukhetho ngamalengiso.


Kunokukhulu ukukhala e-Uganda ukuthi kuqashwa amalungu omndeni.
UNgqongqoshe wezeMfundo unkosikazi kamengameli.
Umphathi wezokuVikela indodana kamengameli.
UMphathi weCentral Bank of Uganda, indodakazi kamengameli.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose