UMENGAMELI UGUBHA USUKU LWENKULULEKO EFREE STATE
Ngomhlaka 27 April 1994, kwakhethwa okokuqala ngqa uhulumeni wentando yeningi kuleli. Lapho abantu bazo zonke izinhlanga bavota khona.
Kulo nyaka lolu suku lugujwa ngaphansi kwengqikithi ethi "Inkululeko kanye noMthetho: Eminyakeni Engamashumi Amathathu Yentando Yeningi".