News Avenue
News / Izindaba

UMCHUNU UCACISA NGOKUHLAKAZA IPKTT

UMCHUNU UCACISA NGOKUHLAKAZA IPKTT
UNgqongqoshe wamaPhoyisa osamisiwe uSenzo Mchunu uchaze kabanzi ngokuvalwa kwePolitical Killings Task Team (PKTT).

Uthe leli qembu lamaphoyisa kwakungayona i-Unit kodwa kwakuyi team eyayisungule ngenhloso ethize.

Uveze ukuthi vele sasizofika isikhathi sokuthi ivalwe. Le team kuvela ukuthi yayingalawulwa umuntu, Ike yasebenzisa 94 kuya ku 95 million ngonyaka wezimali ka 2024.

UMchunu uthe le team beyingenayo kwa bhajethi kodwa belicelelwa lapha nalapha.
Uphinde waveza ukuthi nalo beselihlale isikhathi eside.
UMchunu uzoqhubeka ngolwesihlanu ukwethula ubufakazi bakhe ngokwenzeka emaphoyiseni.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose