UMAKATE WA PLEASE CALL ME UZOPHUNYELWA IZINDODLA ZEMALI
Leli cala beselithathe isikhathi eside kugqigqwa izinkantolp.
Ezakamuva zithi uMokate ubhale ekhasini lakwa X ukuthi sesikhona isixazululo salolu daba abasithathe ngaphandle kwenkantolo. Akavezanga ukuthi kulesi sinqumo uzophuma namalini kodwa kuyacaca ukuthi ujabulile. Abakwa Vodacom Group nabo bajabulile ngalesi sixazululo kwazise beseyithathe isikhathi eside kakhulu lendaba.