News Avenue
News / Izindaba

UDIDDY UGWETSHWE IZINYANGA EZINGU 50 EBHADLA EJELE

UDIDDY UGWETSHWE IZINYANGA EZINGU 50 EBHADLA EJELE
SIZO BLOSE 

Umculi weHip Hop odumile ugwetshwe izinyanga ezingu 50 ebhadla ejele. USean "Diddy" Combs osehlale cishe unyaka nohhafu etokile, ugcine enikeziwe isigwebo sakhe uzolo. 

Ikhipha lesi sigwebo inkantolo ithe, ifuna ukwenza isibonelo ngaye uDiddy njengoba engafunakali umuntu ohlukumeza abantu besifazane. Kuzokhumbuleka ukuthi kune video lapho lomculi eshaya enye yezintokazi ehhotela.

UDiddy uxolisile ngezenzo zakhe wacela ijaji ukuthi limnike elinye ithuba. "Ngiyihlazo kumina, nase mndenini wami kodwa ngizimisele ukuphinda ngibe ubaba oqotho ezinganeni zami, ngicela intethelelo," kusho uDiddy.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose