UBULALE IZINGANE WAZIBULALA NAYE
Kusolakala ukuthi uyise wamantombazane uqale wabulala izingane, ngaphambi kokuthi naye(uyise weamantombazane) azibulale ngokuzikhunga. Lesi sigameko senzeka nje umufi nonina wezingane bebesando kwenza isehlukaniso somshado.
Lo mndeni utholalwe ngonogada, abafonelwe ngomakhelwane. Ngemuva kokuthi omunye womakhelwane ehambe wayo kulo muzi, ehambise ukudla kodwa kwangaphuma muntu.