News Avenue
News / Izindaba

SIZULELWA AMANQA ESOBUMEYA BUKA DADA

SIZULELWA AMANQA ESOBUMEYA BUKA DADA
Sizulelwa amanqe esobumeya esiphethwe uDada Morero eJohannesburg.

 Lokhu kulandela ukukhishwa kwakhe esikhundleni, ekhishwa uLoyiso Masuka njengoba bekune ngqungquthela yokukhetha ubuholi omusha. 

Amalungu e-ANC kulesi sifunda athathe isinqumo sokumshintsha uMorero.
Empeleni lomphumela uyingozi kakhulu kuMorero  oyimeya njengamanje.

Kungenzeka amanye amalungu akhale ngokuthi amandla kumele abe sendaweni eyodwa kunokuthi ahlukane, abe eselimala kanjaloke uMorero, kungene uMasuku ozobe evele ephethe amandla kahulumeni nawe ANC
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

LIKHUTHAZE UBUNBANO UNYAZI EMKHOSINI WELEMBE

Inkosi yamaNazaretha uNyazi lwezulu lukhuthaze ubumbano esizweni. Lube selinxenxa amadoda ukuthi awuyeke lomkhuba wokubulala abantu besifazane. UNyazi belukhuluma eMkhosini weLembe eKing Zwelithini Stadium namhlanje. Ngendlela ebephume n...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose