SEYIQALILE IKHOMISHAMA KA JUDGE MADLANGA
ISIQALILE iKhomishana kaJaji Madlanga ebanjelwe ePitoli namuhla. Njengamanje kule khomishana kunofakazi wokuqala uLieutenant General Nhlanhla Sibusiso Mkhwanazi ongukhomishana wamaphoyisa KwaZulu-Natal.
Ngaphambi kokuba ethule ubufaki bakhe uMkhwanazi uqale waveza ukuthi wajoyina umbutho wamaphoyisa ngonyaka-1993.
ISITHOMBE: eNCA