News Avenue
News / Izindaba

SEKUBHEKWE I-EFF NGESINQUMO SOKULAHLWA YICALA KOMHOLI WAYO

SEKUBHEKWE I-EFF NGESINQUMO SOKULAHLWA YICALA KOMHOLI WAYO
SIZO BLOSE 

Umholi we-EFF uJulius Malema angase azithole ebhadla ejele iminyaka. Lokhu kulandela ukuthi inkantolo, ese-East London imthole enecala lokuqhumisa isibhamu eseduze kwabantu ngesikhathi i- EFF inomcimbi kulendawo.
Ezithethelela uMalema phambi kwenkantolo wathi isibhamu ayesisebenzisa esethoyizi. Ukutholakala enecala kuchaza ukuthi inkantolo ayiyizwanga kahle into ebeyishiwo uMalema.
Sekusele ukuthi inkantolo isho ukuthi lomholi imgweba isikhathi esingakanani lomholi.
Kusengenzeka ukuthi i-EFF iledlulise leli cala.

Isithombe: Getty Images
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose