KWEMBULWA KWEMBESWA KUSOMABHIZINISI ODUMILE
Ezakamuva ziveza ukuthi, asisihle isimo sempilo kusomabhizinisi wesifazane, ophinde abe yisikhulu sebhola.
Umthombo we News Avenue osondelene nalosomabhizinisi, esaligodlile igama lakhe uthe, losomabhizinisi usesimeni esibucayi kakhulu.
"Ushaywe yisifo sohlangothi, isimo sithanda ukuba nzima kakhulu. Sekuwukuhlalela ethembeni nje kodwa isimo asisihle," kuchaza umthombo.