KUYAQHUBEKA UKUHLOLWA KWABOKUFIKA LAPHO ABABEKWE KHONA
Amaphoyisa asaqhubeka nokugada ukusebenza endaweni nokuqinisekisa ukuthula komphakathi kuyo yonke le nqubo.
Izikhulu zithi uma seziqedile izinqubo ezidingekayo, abantu baseMalawi bayathuthwa ngamabhasi babuyiselwe ezweni labo.
Le nqubo isaqhubeka kuze kube bonke abadinga ukubuyiselwa sebecubunguliwe.