News Avenue
News / Izindaba

KUXWAYISWA NGESIMO SEZULU ESINOBUNGOZI

KUXWAYISWA NGESIMO SEZULU ESINOBUNGOZI
Sizothanda ukubheda kakhulu isimo sezulu e-Eastern Cape, njengoba abe SA Weather Services  sebememezele ukuthi kune Red Veld Fire Warning, ezindaweni eziningi ezakhele lesi sifundazwe.

UMduduzi Mthembu oyisangoma sezulu, uthe, lesi simo esihambisana nomlilo singase sihlasele izindawo ezifana no Nelson Mandela Bay, Sundays River, Kouga, Ndlambe ne Kou-Kamma.

Uthe lomoya uhambisana nokushisa nokwenza kubelula ukuqala komlilo. UMthembu utshele inhlangano yokusakaza iSABC ukuthi abantu abayeke ukubasa umlilo.

Kunomlilo obhebhetheka ngendlela eyisimanga, ngako Mossel Bay, eWestern Cape. Uphethe ngokuxwayisa abantu ukuthi bazibheke, bangalahli izintompi zikagwayi phansi..
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose