KUTHUNGATHWA UMFUNDI OLAHLEKILE
UThembisile Christian Mgcibo oneminyaka engu 20 ubudala, udume ngelika 'Pepapepa' ngowasePetsana, eduze kwaseReitz. Kuvela ukuthi ugcine ukubonakala ngomhlaka 7 March 2026, ngesikhathi ephuma ekhaya kubo egqoke umfaniswano wesikole, ebheke eKgotso-Uxolo Secondary School.
Nokho lo mfundi akabange esabuyela ekhaya. Uhambe egqoke isikethi esi-grey, ihembe elimhlophe nezicathulo ezimnyama.
Noma ubani onolwazi mayelana nokuthi ukuphi angathintana noDetective Captain Mathoka ku 082 419 6599 noma kuCrimeStop ku 08600 10111.