KUPHINDE KWABHEDA KU MOGOTSI ECHITHWA INKANTOLO
Kuphinde kwambhedela Brian Mogotsi, owaziwa ngokuthi yiPolitical Fixer. UMogotsi osabhadle ejele, uzophinde alale wbali nanamhlanje njengoba engayitholanga ibheyili, sekuyinto ejwayelekile ukuthi sikhahlelwe isicelo sebheyili kaMogotsi. Imkantolo ivele ikhale ngokungaqondakali kwekheli lakhe.
UMogotsi ungaphakathi ngenxa yokuzama ukuzibulala. Uzakhele iludumo ngokuba wumxhumanisi wabaholi bezepolitiki njengoSenzo Mchunu we ANC nabantu abafana no Cat Matlala. UMatlala usanda kuveza ukuthi umnyanya kabi uMogotsi njengoba ayekade emsebenzisa uma efuna imali kuyena.
Ichitha uMogotsi kulokhu inkantolo ithe uMogotsi, ithe akathembakali njengoba elokhu eshintshshintsha amakheli okuhlala, iseveze angu 5 futhi angabaleka aphume kulelizwe uma ephuma. Uzobuyela enkantolo ngo October 1.