News Avenue
News / Izindaba

KUBHEKWE LUKHULU KWI NGC YE ANC

KUBHEKWE LUKHULU KWI NGC YE ANC
Kulindelwe lukhulu kwiNational General Council ye-African National Congress eqala namhlanje eBoksburg, eGoli.

Amalungu e-ANC azobe eqhamuka kulo lonke leli, iwona azobe ehambele i-NGC ye ANC evamise ukuba phakathi nezinketho zaleli qembu.
Inhloso enkulu ukubheka ukuthi selokhu lenhlangano yakhetha ubuholi obusha engabe yenza kanjani.

Kulokhu ngeke lusale udaba lweGBV, Renewal, 29 May 2024 Election nokungenzi kahle kwayo, Government of National Unity nokunye okuningi.

Ngenxa yeCovid-19 iNGC ye-ANC beseyineminyaka engu-10 ingahlali.
Khonamanjalo kuvela ukuthi kuzophenywa labo abafuna ukukhipha uMengameli walenhlanhano uCyril Ramaphosa. Kodwa uSG we-ANC usekuqinisekisile ukuthi uRamaphosa uzophuma ngo-2027 kwesobuMengameli we-ANC, aphume ngo 2029 kuhulumeni. INGC izophela ngemuva kwezinsuku  ezine.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

LIKHUTHAZE UBUNBANO UNYAZI EMKHOSINI WELEMBE

Inkosi yamaNazaretha uNyazi lwezulu lukhuthaze ubumbano esizweni. Lube selinxenxa amadoda ukuthi awuyeke lomkhuba wokubulala abantu besifazane. UNyazi belukhuluma eMkhosini weLembe eKing Zwelithini Stadium namhlanje. Ngendlela ebephume n...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose