IYAQHUBEKA INATIONAL DAY OF PRAYER
Le Foundation, ingaphansi kwasomabhizinisi odumile ophinde aphathe ibhola lalana e-Afrika, uDr Patrice Motsepe.
Kuthandazelwa izinto ezehlukene, okwenziwa yiwona amabandla ehlukene.
Umndeni wakwaMotsepe sewukhona kanti kukhona no First Lady weNingizimu Afrika nayo engeyakwa Motsepe. Lomthandazo uhanjelwa nawo sopolitiki abaqhamuka emaqenjini ahlukahlukene.