News Avenue
News / Izindaba

IYAQHUBEKA DEDELA AMABHOMU UMKHWANAZI KWIKHOMISHINI

IYAQHUBEKA DEDELA AMABHOMU UMKHWANAZI KWIKHOMISHINI
SIZO BLOSE 

ULT-General Nhlanhla Mkhwanazi ukhala kakhulu ngezigebengu abazibophayo 
kodwa zidedelwe nge bail ekubeni zinamanye amacala.

UMkhwanazi wethula ubufakazi phambi kweKhomishana kaJudge Madlanga ePitoli. Lekhomishana yasungulwa umengameli ngemuva kwezikhalo ezavezwa uMkhwanazi esithangamini sabezindaba ngo July 6.

Uthe kubakhathaza kakhulu ukuthi amaphoyisa afike enze umsebenzi wawo wokubopha izigebengu  kodwa izinkantolo zibakhiphe abenzi bobubi yize benamacala ngaphandle. Uthe kubuhlungu ukuzwa umuntu okhishwe yinkantolo sekutholakala ukuthi usenze elinye icala.

Uthe sekungcono manje ngoba sebenokusebenzisana okuhle neNPA.

Ikhomishini iyaqhubeka.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose