ISIKHULU SAMAPHOYISA SICELA UKUTHI BANGAPHAZANYISWA ABAGIJIMI KWI COMRADE
Uthe kulokhu izokube isuka eThekwini ibheke eMgungundlovu.
UZungu ukuvezile ukuthi imigwaqo eminingi ikakhulu lena engenela kulowo okuzobe kugijinywa kuwona izokube ivaliwe ngalolu suku.
"Sicela abantu ababukelayo uma bebona umjijimi abamaziyo bangamhambiseli amanzi ngoba lokho kuyaphazamisa," kuchaza uZungu kwiCommunity Media Forum, eThekwini.