IMELIKA INGASE ISHAYE UNGQIMPHOTHO NGOKUZA KWI G20
Kuzokhumbuleka ukuthi umengameli waseMelika uDonald Trump ubeshaya phansi ngonyawo, ethi abalubhadi kule G20 ngoba isingathwa iNingizimu Afrika abayisola ngokuthi ibulala abalimi abamhlophe, nokuyinto eseyichazwe kakhulu ukuthi ayikho.