I-ANC IVIMBE ABEZINDABA UKUTHI BANGAYISAKAZI INKULUMO KARAMAPHOSA YOKUVALA UMHLANGANO WE NEC
Lokhu kuyinto engajwayelekile, abanye baveze ukuthi iyaqala ukwenzeka. Umholi we-EFF uJulius Malema uke waveza ukuthi kwi ANC phambilini bekuyaye kube nesimo lapho umengameli uma evala inkomfa ye ANCNEC asho nalokho okungavunyelananga ngakho.