News Avenue
News / Izindaba

ANGASE AZITHOLE ESENKINGENI UMSAKAZI WE GAGASI FM

ANGASE AZITHOLE ESENKINGENI UMSAKAZI WE GAGASI FM
Angase avulelwe icala lokuhlukumeza umsakazi weGagasi FM. INews Avenue inalo igama lalo msakazi kodwa okwamanje ngeke ikwazi ukumusho kuze kube uvela enkantolo, uma unkosikazi wakhe wokuqala egcina emvulelile icala.

Kuvela ukuthi lentandokazi yomsakazi beyithintile, ivuke ngolaka ithi ifuna izingane zayo. Unkosikazi ubethathe izingane wavakashela umngani wakhe (unkosikazi) nazo. Lokhu kucasule umsakazi obezifuna la izingane. Ugcine ekhuluma amagama alumelayo.

Okwamanje belingakobi khona icala elivuliwe kodwa uma livulwa angazithola esenkingeni lomsakazi njengoba kunabanye ebebeqopha ividiyo.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

LIKHUTHAZE UBUNBANO UNYAZI EMKHOSINI WELEMBE

Inkosi yamaNazaretha uNyazi lwezulu lukhuthaze ubumbano esizweni. Lube selinxenxa amadoda ukuthi awuyeke lomkhuba wokubulala abantu besifazane. UNyazi belukhuluma eMkhosini weLembe eKing Zwelithini Stadium namhlanje. Ngendlela ebephume n...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose