ANGASE ALALE EBALIWE UJULIUS MALEMA
Inkantolo yase East London kumele isho namhlanje ukuthi uMalema imgwebela ngaphandle noma sikhona yini isikhathi azosichitha ejele kumbe kuzothiwa akakhokhe.
Abalandeli bakhe bagcwele e-East London ukuzomeseka njengoba bekholelwa ukuthi akanacala.
Lizoshona elanamhlanje sekuphenduleke yonke imibuzo.