News Avenue
News / Izindaba

AMAQEMBU EZEPOLITIKI AVULELE UMCHUNU ICALA

AMAQEMBU EZEPOLITIKI AVULELE UMCHUNU ICALA
SIZO BLOSE

Amaqembu ezepolitiki asevulele uNgqongqoshe wamaphoyisa uSenzo Mchunu icala.

 Amsola ngokuphula umthetho kaSection 27. 
Kuvela ukuthi uMchunu waqamba amanga ephalamende ekubeni  efungile futhi ezibophezele ngokuthi, ngeke akwenze okuphambene nemiyalelo yephalamende.

IDA ivuke yaya esiteshini samaphoyisa eKapa ukuyovula icala, ivulela uMchunu. Kuzokhumbuleka ukuthi uMchunu wathi akazani noBrown Mogotsi, kodwa manje esitatimendeni asanda kusikhipha usethi umazi njengeComrade.

Akuyona iDA kuphela evulela uMchunu icala, iMKP kuthe izolo yavukela esiteshini samaphoyisa iBrookline ePitoli iyovulela uMchunu icala elifanayo.
Sizwe Blose

Written by

Sizwe Blose

Editor

More in News / Izindaba

News / Izindaba

ISILO SAMAZULU SIGUBHE USUKU LOKUZALWA NABEZEMVELO

Isizwe samaZulu nenhlangano, i-Ezemvelo KZN Wildlife sibungaze usuku lokuzalwa kweNgonyama yamaZulu, iSilo uMisuzulu kaZwelithini namhlanje. Lolu suku lubuyisele inkumbulo emlandweni ojulile phakathi koBukhosi beSilo noPhiko lwezemvelo k...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFUNWA ABABULELE 11 WABANTU KWAMAKHUTHA

SIZWE BLOSE Sekwenzeke isibhicongo KwaMakhutha endaweni ebizwa ngokuthi kuseZiko. Izolo ebusuku kungene abantu komunye yemizi endaweni, bavulela ngenhlamvu kwafa abantu abangu 10, abane baphuthunyiswe esibhedlela, oyedwa kubona washonela...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUFE IPHOYISA KUQUBUKA UMLILO

LINDOKUHLE NGCOBO Kuphenywa isisusa somlilo odlule nomphefumulo wephoyisa lomgwaqo(RTI) elihlonishwayo. UPatrotic Provincial Inspector Shane Simpson, ushone ngesikhathi imoto yombuso abeyigibele esemsebenzini isha ingqongqa izolo ebusuku...

Sizwe Blose Sizwe Blose
News / Izindaba

KUHLATSHWE ISOYI LOKWAKHA IZINDLU

SIZWE BLOSE EMkhandlwini waseMsinga oholwa UMhlonishwa uMeya Cllr Dr FJ Sikhakhane. USomlomo Cllr S. G Masimula uhambele endaweni yaso Suthu, esiHlabeni nakwaNogawu kuWard 5 oholwa uCllr V.S Ndlovu. Kuloluhambo kuvulwe ngokusemthethweni ...

Sizwe Blose Sizwe Blose