AMAPHOYISA ACELA UKULEKELELWA NGODUKILE
Uyise ka-Oratile uveze ukuthi indodakazi yakhe ugcine ukuyibona ngomhlaka 5 April 2026 ekuseni, ngesikhathi eyishiye ekhaya ebheke eHammanskraal. Udalule(Uyise ka-Oratile) ukuthi esebuyela ekhaya ntambama akabange esayifica ingane yakhe.
Kucelwa noma ubani ongabanolwazi olungasiza kutholakale u-Oratile ukuba ashayele uSergeant Wesley Maloka ku 079 499 5506, noma kunombolo yokunqaba ubugebengu ethi 08600 10111.