AKASEKHO EMHLABENI USHEZI WE-MK PARTY
Losopolitiki uzakhele olukhulu udumo ngokweseka umholi weMKP, uJacob Zuma, aqala ukumeseka ngesikhathi esekwi e-ANC bethi baphusha i-Radical Economic Transformation(RET).
Udlule emhlabeni namhlanje kwezinye zezibhedlela eThekwini. Esuku kwi ANC, uvule iqembu lezepolitiki noCarl Niehaus kodwa elingayanga ndawo waze wadlulela kwi MKP.
Bekungakaziwa ukuthi uzobekwa nini endlini yakhe yokugcina.