Abashayeli bezimoto basegcwele amagaraji namanje.
Ngesonto eledlule ngihloniphe isimemo sakwa Hyndai, ebesingibizela eZimbali Country Club. UHyndai bewethula ngokusemthethweni izimoto ezimbili, okuyi Hyndai Staria kanjalo neHuyndai Creta. Kulolu shicilelo sizobheka iStaria, kolulandelay...
Isuzuki Jimny noma ngabe ubani uma ebona lemoto, uba nesifiso sokuyishayela. Kwenzeka okufanayo nakumina ngiyibona ishayelwa ngomunye wabahlobo bami naye othola ithuba lokushayela izimoto. Okuchaza khona ukuthi yafika kuqala kuyena. Ngit...
I-Suzuki Across 1.5 GLX - I-Flagship SUV eNingizimu Afrika. Ibekwe ngaphezu kweGrand Vitara njenge-SUV yabo ephezulu. Lolu nyanyavu libiza inani lika R464,900 ngemodeli ye-GLX 6AT. Uma ufuna upende wemibala emibili, kubiza uR4,500 owenge...
SIZWE BLOSE Kuleli sonto ngizithole ngihamba ngeSuzuki Grand Vitara. Okokuqala nje, yize kuyimoto yesimanjemanje kodwa engingakusho ukuthi ijwayelekile futhi iyathandeka. Ngithi ijwayelekile ngoba okukuyona kuhambisana nezimoto zakudala....